Ngabe uhlezi ekhaya?
Qalisa uphinde ungenele izingcogco ngamagama, ukukhuluma noma ama-video endaweni ephephile. Sikhonela ukuqinisekisa ukuthi imibono yakho iyezwakala kodwa imininingwane ngawe ingabonwa ngabanye.


Ngabe uhlezi ekhaya?
Qalisa uphinde ungenele izingcogco ngamagama, ukukhuluma noma ama-video endaweni ephephile. Sikhonela ukuqinisekisa ukuthi imibono yakho iyezwakala kodwa imininingwane ngawe ingabonwa ngabanye.
Ukuphendula kwiCoronavirus
Yonke imali ekhokhwayo yokuhlala eKenya, kuthi ngesikhathi seCOVID-19, sinikele ngama-50% azo zonke izimali zakwaGumzo ukuxhasa ngezindlela izinhlelo zeCorona Response ezweni lonke.
Izimpawu
Awukalelwa isikhathi, nomanini! Khuluma uze wenele, uqede konke okushoyo.

I-Video kanye Nokukhuluma
Izindlela zethu zokuxoxa zikunika ithuba lokukhetha leyo ongathanda ukuyisebenzisa. Sinayo eyokubhala amagama ekamelweni lokuxoxa ekuyizona singakhokhelwa. Ngabe ufuna ukwengeza ukuxoxa? Vula ukukhulumisana ukuze uzizwele ubumnandi, noma enhle i-video eyi HD emakamelweni ethu.

Kuphephile
Sinenqubomgomo eqinile nabaphathi abacinisekisa ukuthi izindlela zethu zokuxoxa ziphephile kanti futhi ziyathandeka ekubambeni imihlangano kanye nokuxoxa. Sinazo izindlela ezabesifazane, ezangasese kanye nezihloko ezithize ukuze uhlale uphephile unethezekile.

Okwendawo
Kusebenzela e-Africa, okwama-Africa – ungakwazi ukuqhumana ngokushaya wazi ukuthi ucingo lwakho luqhunyaniswe kweminye imishina Esigodini sase-Sillicon noma Eshayina.
Ukushaya kwethu kusezingeni eliphakeme ngoba ukuqhumana kwakho akufanelanga kuhambhe inqnye yonke yomhlaba.

Okwangasese
Izindlela zethu zokuxoxa ngezangasese ngokuphelele. UMshina wethu uqunisekisa ukuthi imininingwane yakho naleyo yokukuthinta ayitholwa ngabanye. Ukushaya kwethu ku-encrypted kusuka ekuqaleni kuya kosekugcineni ayikho iminyango engasemuva, kungakho ukuxoxa kwakho kungokwangasese ngokwakho wedwa. Sidinga ukwazi kabanzi ngabasebenzisi okwedlula abanye esiqhudelana nabo, kanti lokhu kukwenza uphephe, kodwa kuvala iminya kubantu abakha ama-account mbumbulu ngenhloso yokudala izinkinga.
Njengoba kubonakala ku:
Nawa amapulatifomu ezindaba abelane ngendaba yethu

Koknke ukukhuluma kwenu kanye nomshini oniqhumanisayo u-encrypted, ukuqhumana (imiyalezo nama video / okukhulunywayo) kudlula kwi https, izindaba zi-encrypted ngo-WebRTC.
Ukushaya kuka P2P kuphumelela kusukela ekuqaleni kuya kosekugcineni. Ukuxoxa kukaGumzo kusebenzisa u-P2P uma-nje bababili abaqhumene kulokushaya.
Joyina ngokuchofoza
Akudingeki i-plugin noma i-app ezo-dowlodwa. Elula indlela yokuqinisekisa ehambha ngeSMS.
Ukushiyelana ima-screen
Elula indlela yokushiyelana ama-screens ivumela amaqembu ukuthi axazulule imibuzo, bakhulumise imibono, baphinde basondelele amaklayenti.
Ukubeka uphawu lwakho
Faka uphawu lwakho kwizizinda nama-logo ukukhombisa uphawu lwakho.
Ama-links Amakamelo Alula
Nika abanye i-link yakho. Kulula ukuwakhumbula – kulula ukujoyina.

Bhalisa ukuze ukwazi ukuqala
Uzodinga inombholo yocingo ebhalisiwe ukuze ukwazi ukuqala.
Singeke nanini sinike abanye noma sithengise iminingwane yakho kwabanye noma sikwenze igaxekile.