IMIBUZO EVAMILE
Sinazo izimpendulo
IMIBUZO EVAMILE
Nazi izimpendulo ezimbalwa emibuzweni ongaba nayo. Sicela ukhululeke ukusithinta uma ufuna olunye ulwazi
Ukushaya ucingo noma ungenele umhlangano kuGumzo?
Ukusungula i-account kuGumzo
Uma ukwazile ukubhalisa ngemphumelelo, usungakwazi ukwakha amakamelo okuxoxa ngenani eliphansi kusukela ku KES 100
Ukumema abanye abasebenzisi
Ukunikeza nge-screen sakho
U-Gumzo akakhokhelwa na?
Uma ufuna ukuba neyakho imihlangano ukhokha uKES 100/iviki
Okwazi kabanzi, hlola ikhasi lethi lamanani khona lapha
Umthetho wokubuyisela imali kuwe?
Okudumazayo, singekwazi ukwengeza isikhathi sokuzizwela uma sesicale ukukukhokhisa ngeviki, asikwazi ukubuyisela inkokhelo engaphezulu kwalokho osuvele ukusebenzisile kulelo viki okulo. Waze wacala ukubhadalela noma nguyiphi yezinhlelo zethu, isicelo senkokhelo sizovele sizibike ngokwaso, ngosuku oluyilo evikini, okuzoqhubeka njalo-nje ngaphandle ukucishe wena. Ukukucisha kwakho kuvele kumise zonke izinkokhelo ebezizodingeka kokuzayo. Uma ungathokozi ngosizo lwethu noma kungasiphi isizathu, siyacolisa kakhulu kanti sifuna ukwazi ukuthi singalungisa kanjani.
Sicela usithinte ku: [email protected]
Ngithola umsindo omubi umangishaya
Ukulungela kukaGumzo
Nokho, ukuze usebenze kamnandi, i-computer yakho kumele okungenani ibe nalokhu okulandelayo:
- Eyaleso sikhathi i-browser nesekelwe fanana no-Chrome, u-Safari noma u-Firefox
- Eyaleso sikhathi i-system yokusebenza fanana no-MacOS noma u-Windows 10
- Ulumeke i-internet lapho kusimame khona.
ILUNGELO LOKUNGENA KU-CAMERA NE-MIC
Vumela ukuthi onke ama-browser nama-systems okusebenza abe nelungelo ku-camera/i-mic
I-Chrome (Eye-Desktop/I-browser ye-laptop)
Kwenziwa kanjena-ke ukuvumele i-camera ne-microphone ku-Chrome :
- Khetha ikinobho lokukhiya (ikinobho le-video) maduze nesobunxele se-bar yokusesha.
- Khetha ohleni oluzozivelela maduze ne-Camera kanye ne-microphone.
- Shintsha ilungelo le-camera ne-microphone luye ku Allow ( ‘Vumela’).
- Thinta kabusha ikinobho le-brower (cmd + R).
Uzoba nethuba lokuhlola umshina wakho ungakangeni kwabashayile ukuze uqinisekise ukuthi kusebenza kahle.
U-Chrome (i-Mobile/I-browser ye-Tablet)
Uyivumela kanjena-ke i-camera ne-microphone ukuthi ikwazi ukusebenza kumshina wakho we-Android :
Uma uqalisa ukungena ekamelweni okumiwa kulo noma ufacaza i-link onikwe yona, uzobuzwa ukuthi uyafuna yini ukuvumela i-camera ne-mic ukuthi zisebenze kusashayiwe.
Qiniseka ukuthi ukhethe Allow (‘Vumela’).
Kunjani uma i-camera ne-mic ivinjiwe? Nansi indlela yokuqalelisa phansi :
- Thinta amacabhacabha ekoneni ngakwesokunene phezulu.
- Vula ama Settings (“Ama-Settings”)
- Vula u-Privacy (“Okufihliwe”)
- Kheta uClear browsing data (Susa imininingwane yoku-browsa) ukuqalelisa phansi u-Chrome.
Uma kwenzeka usenezinkinga, sicela usithinte.
U-Safari ( Kwi-Desktop/ne-Laptop browser )
Ngokwakhe u-Safari uzokubuza ukuthi ayafuna yini ukuvumela uGumzo asebenzise i-camera ne-microphone emshineni wakho ngasosonke isikhathi ungena noma uvula kabusha ikhasi.
Kwenziwa kanjena-ke ukuphinde uvumele i-camera ne-microphone kwi-MacBook kanye ne iMac :
- Vula u-Safari Preferences (“Okunconozayo”).
- Hambha ku-Websites. (Ama-Website”)
- Yana kumakinobho e-Camera kanye nawa-Microphone
- Shintsha ukuvumeleka kuye ku-Allow
- Qalisa kabusha u-Safari.
Uzoba nethuba lokuhlola umshina wakho ungakangeni kwabashayile ukuze uqinisekise ukuthi kusebenza kahle. Uma solo zikhona izinkinga, qalisa kabusha umshina wakho.
U-Safari ( Kwi-Mobile / i-Table browser )
Kwenziwa kanje ukuvumela i-camera kanye ne-microphone isebenziseke kumshina we-iOS :
Ukushaya emishineni ye-iOS, kudingeka unikeze amalungelo ku-webcam kanye ne-microphone. U-Safari udinga wenze lokhu njalo uma ushaya.
Cindezela u-Allow uma ubuzwa
Kwi-iOS 13 nokuya phezulu, ungakwazi ukuphinde ukhethe u-camera kanye no-microphone ukuze uvumeleke ngokokuzenzela usizakale ukungena kalula / ukuzizwela ukungena ngesineke.
- Yana ku-Settings emshineni wakho
- Pheqa uye phansi ubese uvula ikinobho lika-Safari
- Qinisekisa ukuthi i-Camera ne-Microphone ifakwe ku-Allow
- Qinisekisa ukuthi ukhethe ocishiwe u-Request Desktop Site
Uma kwenzeka usenezinkinga, sicela usithinte.
U-Firefox (i-Desktop/i-Laptop browser )
Kwenziwa kanjena ukuvumela i-camera kanye ne-microphone isebenze ku-Firefox :
- Khetha ikinobho lokukhiya (ikinobho le-video) maduze nesokhohlo se-bar yokusesha.
- Khetha ohleni oluzizozivelela maduze ne-Camera kanye ne-microphone.
- Shintsha ilungelo le-camera ne-microphone luye ku Allow (if the icon is to be translated, it must be ‘Vumela’).
- Thinta kabusha ikinobho le-brower (cmd + R)..
Kwenziwa kanjena-ke ukuphinde uvumele i-camera ne-microphone kwi-desktop / laptop
- Khetha ikinobho lokukhiya (ikinobho le-video) maduze nesokhohlo se-bar yokusesha.
- Chofoza bobabilo o-X ukuze Ususe lemvumo uphinde ucele kabusha.
- Thinta kabusha ikinobho le-brower.
- Uma usubuzwa, qinisekisa ukuthi usebenzisa i-camera ne-microphone efanele ubese ukhetha u-Allow
Uzoba nethuba lokuhlola umshina wakho ungakangeni kwabashayile ukuze uqinisekise ukuthi kusebenza kahle.